18 March 2021
Volume: 9
Issue: 7
I-Aerospace Systems Research Group yase-UKZN nerokhethi i-Phoenix-1B Mk I kanye nerokhethi i-Phoenix-1B Mk IIr ephule irekhodi nesukele e-Denel Overberg Test Range.

Irokhethi Exubile Eyenziwe Yithimba Lase-UKZN Iqophe Umlando e-Afrika

BY: .

Click here for English version

Ukundiza kokuqala kwerokhethi yase-UKZN i-Phoenix obekubhekwe ngamehlo abomvu e-Denel Overberg Test Range eNtshonalanga Kapa kube yimpumelelo enkulu nengqophamlando.

Umfundi wezobudokotela kwezokuzalanisa izitshalo uNks Marylyn Christian.

Uthando Lokuqinisekisa Ukuthi Kunokudla Luthele Izithelo

BY: .

Click here for English version

Umfundi weziqu zobudokotela uMarylyn Christian uthi akuthanda kakhulu ngokucwaninga ngokuzalanisa izitshalo ukuthi amaphrojekthi akhe anenhloso futhi angasetshenziswa embonini.

Izifundiswa zaseKolishi LeSayensi YezeMpilo zinethimba le-WHO.

Umkhakha Wezobuhlengikazi e-UKZN Usuphinde Waqokwa Njengesikhungo Sokusebenzisana Ne-WHO

BY: .

Click here for English version

Umkhakha wezobuhlengikazi usuphinde waqokwa waba yi-World Health Organisation Collaborating Centre (i-WHOCC) for Nursing and Midwifery e-Africa.

UDkt uMaud Mthembu (kwesokudla) esabalalisa incwadi yezingane ngeCOVID-19 eMseleni Children’s Home, enyakatho yaKwaZulu-Natali.

Ithimba Lase-UKZN Libhale Incwadi Yezingane ngeCOVID-19

BY: .

Click here for English version

Umfundisi Wezifundo Zezenhlalakahle uDkt uMaud Mthembu waSesikoleni se- Applied Human Sciences uhole ithimba elibhale incwadi yezingane yeSiZulu ngeCOVID-19 esihloko sithi: Uhambo lwami ngesikhathi sekhovithi - My journey during COVID-19.