29 October 2021
Volume: 9
Issue: 46
UMnu Mxolisi Miya noNks Sarah Haffenden bophiko lwe-Extended Learning Division benothisha baseVukukhanye oNks Winnie Maphumulo noNks Dineo Seroke.

INyuvesi Inikele Emphakathini EVukukhanye

BY: .

Click here for English version

Uphiko lwase-UKZN i-Extended Learning (i-UEL) izibophezele ukufukamela i-Vukukhanye Educare Centre yase-Chesterville, eThekwini, ngemva kokutapa nokushisa kwangoNtulikazi.

Abaculi bephelele (kusuka phezulu, kwesobunxele) yi-Neil Gonsalves Trio +2, uZoe The Seed, (ngezansi) yiN’den (uThuli Zama no-David Smith).

Abaculi base-UKZN Bahlanganyele Ukuvuselela Ukucula Bukhoma

BY: .

Click here for English version

Umfundisi we-jazz uMnu Neil Gonsalves nomculi nomfundi wakudala wase-UKZN uZoe The Seed, nabaculi ababili oN’den bahlangane ne-Concerts SA ochungechungeni oluthathu lomculo obukhoma e-Centre for Jazz and Popular Music yase-UKZN ukuvuselela amakhonsathi athandwayo ase-Centre.

USolwazi Khathutshelo Percy Mashige.

Isifundiswa Sifinyelele Ezingeni Eliphezulu Emsebenzini Waso

BY: .

Click here for English version

IDini neNhloko yeSikole seSayensi yezeMpilo uSolwazi Khathutshelo Percy Mashige ikhushulelwe ekubeni ngusolwazi ogcwele, into enkulu kwezemfundo ephakeme.

I-UKZN isebenze emphakathini ngoSuku Lokubona Emhlabeni: UDkt Zamadonda Xulu-Kasaba, uNks Andiswa Ndwandwe, esinye seziguli esijabule, uNks Tsatsawani Hlungwani noNks Anam Memon.

Abafundi Be-Opthomethri Bagubhe Usuku Lokubona Emhlabeni

BY: .

Click here for English version

Abafundi be-opthomethri abenza unyaka wesithathu e-UKZN bagubhe Usuku Lokubona Emhlabeni ngokwelapha osomatekisi ngokubambisana nePhumlani Dube Foundation, i-Active Citizens Movement ne-VW Durban.

UNks Simangele Mkhize.

Umfundi WaseSikoleni SezamaBhizinisi Uthole Umklomelo Ohlonishwayo Wokucijwa

BY: .

Click here for English version

Umfundi waseSikoleni Sezifindo NgezamaBhizinisi NobuHoli (e-GSB&L) uNks Simangele Mkhize uklonyeliswe ngomklomelo omkhulu yi-Standard Bank kwi-Top Women Virtual Conference.