22 October 2021
Volume: 9
Issue: 45
Gada izimpawu ezisolisayo ukugwema ukuthunjwa kwabantu noma ushayele ku-10111 noma ku-0800 222 777 ukubika icala.

Inyanga Yokufundisa Ngokushushumbiswa Kwabantu

BY: .

Click here for English version

Abashushumbisi bavame ukudoba abantu ngezithembiso zamanga zomsebenzi.

UNks Siphokazi Jonas (kwesobunxele) noDkt Stella Nyanzi akade bekwi-Poetry Africa Festival.

Ingqophamlando Ngobusuku Bokuvula I-25th Poetry Africa Festival

BY: .

Click here for English version

I-Centre for Creative Arts (i-CCA) eseKolishi le-Humanities, ngokubambisana ne-National Institute for Humanities and Social Sciences (i-NIHSS), i-French Institute of South Africa no-Total, benze i-25th Poetry Africa International Festival ngobuchwepheshe bokuxhumana besimanje.

IKolishi lezesiNtu belenze isimpoziyamu ngoKwenza isiZulu Ulimi Lwezifundiswa.

Iwebhina Ibheke Ukwenza IsiZulu uLimi Lwezifundiswa

BY: .

Click here for English version

IKolishi LezesiNtu ngokubambisana neHhovisi LeNyuvesi LokuHlelwa noKuthuthukiswa KoLimi belihlele isimpoziyamu ebizwa ngokuthi Promoting the Intellectualisation of isiZulu as an African Language, okusho ukwenza isiZulu ulimi lwezifundiswa.

Abafundi abenza unyaka wokugcina kwi-Odiyoloji.

I-Odiyoloji Igubhe Isonto Lezithulu

BY: .

Click here for English version

Abafundi base-UKZN abenza unyaka wokugcina kwi-Odiyoloji bebenomkhankaso wokufundisa ngabangakwazi ukukhuluma e-Palmiet Primary School eThekwini ukugubha Isonto Lokufundisa Ngabangakhulumi.

USolwazi u-Imraan Coovadia owethule Isifundo Saminyaka Yonke NgoMafika Gwala.

I-UKZN Ihlele Isifundo Saminyaka Yonke NgoMafika Gwala

BY: .

Click here for English version

Isifundo Saminyaka Yonke NgoMafika Gwala Sangowezi-2021 sethulwe bukhoma njengengxoxo enkundleni yezokuxhumana ngobuchwepheshe ngosuku lokuvula i-25th Poetry Africa Festival yase-Centre for Creative Arts (i-CCA) yase-UKZN.