USihlalo wase-UKZN we-SA Research Chairs Initiative on Sustainable Local (Rural) Livelihoods, uSolwazi Betty Mubangizi.Isifundiswa Sase-UKZN Siphathe Uhlelo Lomhlangano Wokuqala Wocwaningo NgeCOVID-19 Ezindaweni Ezisemakhaya
Click here for English version
Ososayensi, okubalwa abane base-UKZN, bebesemhlanganweni wokuxhumana ngobuchwepheshe wokuqala nabalingani bakuleli ukucaba umhlahlandlela wocwaningo olusha okukholakala ukuthi luzokwenza kube nokuqonda kabanzi ngobhubhane iCOVID-19 ngezindlela ezihlukene lapho kuzobe kugxilwe khona endleleni yokuziphilisa yabantu basemakhaya.















