05 November 2020
Volume: 8
Issue: 53
Abafundi bezeMfundo (kusukela kwesobunxele) nguMnu Luthando Molefe, uNks Jennifer Sheokarah, uNks Lungelo Mdluli, noNks Caitlin Govender.

Abafundi bezeMfundo bakhulume ngeService-Learning

BY: .

Click here for English version

Abafundi abane bezeMfundo bethule inkulumo kwingosi yokuxhumana ngobuchwepheshe ye-Service-Learning Forum, ebihlelwe yi-Municipal Institue of Learning (i-MILE) kaMasipala waseThekwini ngaphansi kwesihloko esithi: Service-Learning for Social Transformation.

Ongoti bezokwelapha izingane ezikhubazekile, uNks Tracey Brand (kwesokudla) noDkt Julia Ambler namadodana akhe u-Luke no-Jack.

Izifundiswa Zase-UKZN Ezinothando Lokunakekela Izingane Ezigulayo

BY: .

Click here for English version

Othisha base-uKZN eMnyangweni wokulashwa kweziNgane nezeMpilo yeziNgane uDkt Julia Ambler noNks Tracey Brand belapha izingane ezigulayo enhlanganweni yabo eyaziwa ngokuthi Umduduzi Hospice Care for Children.

I-All Rise: A Judicial Memoir yalowo owayeyiPhini likaMengameli wamaJaji kuleli, u-Justice Dikgang Moseneke.

OwayeyiPhini LeJaji e-SA Uxoxe Ngencwadi Yakhe Entsha

BY: .

Click here for English version

I-All Rise: A Judicial Memoir incwadi entsha ebhalwe ngowayeyiPhini likaMengameli wamaJaji kuleli, u-Justice Dikgang Moseneke, ibiyisihloko ebesidingidwa kwingosi yokuxhumana ngobuchwepheshe ebihlelwe yiSikole sezoMthetho ngokubambisana ne-Pan Macmillan Publishers.

Isifundiswa sezeMfundo, uSolwazi Kathleen Pithouse-Morgan.

Isifundiswa sezeMfundo Sithole Umklomelo Wocwaningo

BY: .

Click here for English version

USolwazi Kathleen Pithouse-Morgan waseSikoleni sezeMfundo e-UKZN uklonyeliswe nge-South African Education Research Association (i-SAERA) Research Honours Award ngamagalelo akhe amahle ocwaningweni lwezemfundo eNingizimu Afrika isikhathi eside.