
Uqokwe kumaSebenza Women Awards Owayengumfundi Wase-UKZN
Click here for English version
Owayengumfundi wakudala eSikoleni sezobuCiko, uNks Thabile Buthelezi uqokwe kwi-Community Builder of the Year yamaSebenza Women Awards angowezi-2000.
Click here for English version
Owayengumfundi wakudala eSikoleni sezobuCiko, uNks Thabile Buthelezi uqokwe kwi-Community Builder of the Year yamaSebenza Women Awards angowezi-2000.
Click here for English version
I-Water Research Commission (i-WRC), i-Centre for Transformative Agricultural and Food Systems (i-CTAFS) yase-UKZN ne-Agricultural Research Council (i-ARC) bebenengxoxo esihloko sithi ukushintshela emnothweni ojikelezayo emva kwe-COVID-19 lapho kukhulume khona abasebenzi, abacwaningi nabafundi beSikole sezeSayensi yeZolimo, ezoMhlaba neMvelo nabase-CTAFS.
Click here for English version
Ukugubha iSonto lezeSayensi likaZwelonke neNyanga Yabantu Besifazane kuZwelonke, iKolishi YezoLimo, EzobuNjiniyela NezeSayensi iqhakambisa ososayensi besifazane ngomkhankaso i-Wonder Women In Science, okungumkhankaso oqhakambisa abantu besifazane abanentshisekelo ngemikhakha yabo, abasekhaleni locwaningo olusha nabayisibonelo kubantu besifazane abahamba ezinyathelweni zabo emikhakheni yesayensi, ubuchwepheshe, ubunjiniyela nezibalo (i-STEM).
Click here for English version
Ukugubha iNyanga yabeSifazane, i-Young Academics Society (i-YAS) inochungechunge lwezingosi zokuxhumana ngobuchwepheshe ezibizwa ngokuthi "FRIES: How to place an order?"