
Umfundi Wezemfundo Uklonyeliswe Ngezindondo Ezivelele
Click here for English version
UNksz Shongani Dladla, ongumfundi owenza unyaka wesithathu weziqu kwezeMfundo oziqhenyayo emva kokuklonyeliswa ngeNdondo ephezulu Yezobuholi Obukhethekile e-UKZN, lendondo ehlomulisa futhi ehlonipha abafundi abaphumelele ngamalengiso ezifundweni zabo futhi abazibandakanya ngokuqavile emphakathini noma ezinhlelweni zenyuvesi njengoba kubaluliwe embonweni, izinjongo nemigomo yeNyuvesi.