02 October 2025
Volume: 13
Issue: 37
Nksz Bonakele Langa.

Imiklomelo Yezindondo Ithembisa Ikusasa Eliqhakazile Lomcwaningi Osemusha

BY: .

Click here for English version

UNksz Bonakele Langa, othweswe iziqu ze-Master’s kwi-Physiology, uhalaliselwe ngabaphathi bakhe, uDkt Lindokuhle Mabuza-Mashaba noSolwazi Andile Khathi, ngokuthola izindondo ezingqungqutheleni zakamuva.

USolwazi Veron Ramsuran, umcwaningi wase-UKZN.

Ingabe Ukuphila Isikhathi eside Kubhalwe Kwizakhi Zofuzo Lwethu?

BY: .

Click here for English version

Ingabe ukuphila iminyaka eyevile cishe kwi-100 kumayelana nenhlanhla ekulibofuzo lwakho - noma kumayelana nendlela yokuphila noma indawo ohlala kuyo? Sekungamashumi eminyaka ososayensi bebambana nale ndida futhi izimpendulo zibonakala zinzima kunokukhuluma nje ngofuzo umuntu aluthola kwabakubo.  

Izihambeli zomcimbi woSuku Lwabesifazane ababefunda eNyuvesi obuse-Killie Campbell Museum eThekwini.

I-UKZN Foundation kanye ne-Alumni Relations Basingathe Umbuthano Wosuku Lwabesifazane

BY: .

Click here for English version

I-UKZN Foundation, ngokubambisana ne-Alumni Relations, ibe nomcimbi okhethekile woSuku Lwabesifazane wabafundi besifazane asebekhulile ababefunda enyuvesi, lo mcimbi ubanjelwe kwesinye sezindawo zamagugu eziyigugu eThekwini – i-Killie Campbell Museum.

Abasebenzi base-UKZN kwi-SAHCS 2025 Ukusuka ngakwesokunxele: UDkt Silingene Ngcobo noNkosingiphile Bongiwe Nxumalo kanye noSolwazi Motshedisi Sebitloane engqungqutheleni.

ILek’shara yase-UKZN Libe Ngumhlengikazi Wokuqala Ozoba Usihlalo Ngokubambisana weNgqungquthela yeNhlangano yaBasebenzi Bezempilo Abasebenza nge-HIV

BY: .

Click here for English version

Ingqungquthela yesi-7 ye-Southern African HIV Clinicians Society Conference (kafuphi i-SAHCS) ibibanjelwe eKapa kulo nyaka, iLek’shara yase-UKZN nengumHlengikazi kanye nomdidiyeli wabenza unyaka wesibili, uDkt Silingene Ngcobo, engumhlengikazi wokuqala oqeqeshiwe ukuba ngusihlalo ngokubambisana emlandweni wale ngqungquthela.

Ukusuka kwesokunxele: UMnu Owami Khuzwayo, uMnu Inganathi Mhlungulwana, uMnu Sphesihle Jwilisi, kanye noDkt Andrisha Beharry-Ramraj.

Ukubaluleka Kwamakhono Ezezimali Kugcizelelwe Embuthanweni Wolwazi Obeluhlelelwe Abafundi

BY: .

Click here for English version

Ukufunda ngezezimali kanye nezamabhizinisi bezihamba phambili ohlelweni lwase-UKZN okuhloswe ngalo ukuhlomisa abafundi ngamakhono adingekayo ukuze bakwazi ukuhamba uhambo kahle emhlabeni onzima wezezimali kanye nezamabhizinisi.