26 June 2025
Volume: 13
Issue: 20
UMnu Cebo Msweli (kwesokunxele) noMnu Thabo Mthethwa.

Owayengumfundi Wase-UKZN Wakhe Ubuchwepheshe Be-AI Career Chatbot ukuze Kuthuthukiswe Intsha YaseNingizimu Afrika

BY: .

Click here for English version

UMnu Cebolenkosi Msweli oneziqu ze-BSc Computer Science kanye ne-IT wenze i-Career Path Advisor Chatbot - esiza abafundi ukuthi bahlole imikhakha yemisebenzi ngezingxoxo ezilula, ezenziwe zalula zakhelwe umuntu ngqo.

UDkt Ismail Mahomed.

Izimpande zazo zise-Afrika futhi Zigqugquzelwa Ukubeka Induku Ebandla, Izimbongi Zase-SA Ezibizwa ngama-Slam Poets Zisematheni

BY: .

Click here for English version

Maphakathi nokuvunguza komoya weNyanga ye-Afrika egujwa ngoNhlaba, Isikhungo Sikazwelonke SezesiNtu Nesayensi Yezenhlalakahle (kafuphi i-NIHSS) sime phambili futhi sime ngokuziqhenya ekuthuthukiseni ulwazi lwe-Pan-Afrika kanye nokulungisa kabusha uLuntu kanye neSayensi Yezenhlalakahle.

Amazwibela oMhlangano Omkhulu Okhethekile obanjelwe e-Manor Gardens Primary School.

Ukuhlanganisa Imiphakathi - Kulethwa Ushintsho

BY: .

Click here for English version

Ngingathanda ukuthi ingane yami ikwazi ukuhamba ngezinyawo iye esikoleni - iphephile! Lona ngumgqigqo ojatshulelwe ngamalungu asanda kuqokwa eKomidi Lokweluleka le-Manor Gardens Urban Improvement Precinct (kafuphi i-MGUIP) eMhlanganweni Omkhulu okhethekile wakamuva.

I-Postgraduate Diploma in Industrial Relations isiphume phambili ohlelweni lokubuyekezwa.

Iziqu Zomthetho zase-UKZN Ziphume Phambili Kwenziwa Uhlelo Lokubuyekezwa

BY: .

Click here for English version

I-Postgraduate Diploma in Industrial Relations (kafuphi i-PDIR) nehlinzekwa yiSikole Somthetho ngokusebenzisa i-Centre for Extended Legal Studies (CELS) ese-UKZN isisigcinile isimo sayo semfundo eseqophelweni eliphezulu ngemuva kohlelo lokubuyekezwa.